Idatha elondolozwe ku-akhawunti yengane yakho isiza ukukunikeza umuzwa owenziwe waba ngowakho kakhulu kuwo onkana amasevisi e-Google. Khetha ukuthi iziphi izilungiselelo ezizolondoloza idatha ku-akhawunti yakho ye-Google.
Umsebenzi wewebhu nowe-app
Ilondoloza umsebenzi wakho kumasayithi e-Google nezinhlelo zokusebenza, kufaka phakathi ulwazi oluphathelene nokunjengendawo, ukukunika usesho olusheshayo, izincomo ezingcono, nemizwa eminingi eyenziwe ngezifiso kumamephu, usesho, namanye amasevisi e-Google. Funda kabanzi
Umlando Wendawo
Ilondoloza lapho uya khona ngamadivayisi akho, ngisho noma ungasebenzisi isevisi ethile ye-Google, ukukunika amamephu enziwe ngezifiso, izincomo ezindaweni ozivakashele, nokuningi. Funda kabanzi
Umlando we-YouTube
Ilondoloza amavidiyo e-YouTube owabukayo kanye nezinto ozisesayo ku-YouTube ukukunika izincomo, ukukhumbula lapho ushiye khona, nokuningi. Funda kabanzi