Yonke i-Google iyakusebenzela

Ngena ngemvume ku-Akhawunti ye-Google, uphinde uthole okuningi kusukela kuwo wonke amasevisi e-Google owasebenzisayo. I-akhawunti yakho ikusiza ukuthi wenze okuningi ngokwenziwa kube ngokwakho umuzwa wakho we-Google nokunikeza ukufinyelela okulula kulwazi lwakho olubaluleke kakhulu kusukela noma ikuphi.

Iyakusiza

Uma ungene ngemvume, wonke amasevisi e-Google owasebenzisayo asebenza ndawonye ngaphandle kwezihibe ukunikeza usizo ngemisebenzi yansuku zonke efana nokuvumelanisa i-Gmail yakho nge-Khalenda yakho ye-Google kanye nokuthi i-Google Amamephu ukuze kwenziwe isiqinisekiso sokuthi uhlala ungaphezulu kweshejuli yakho.

Yakhelwe wena

Noma usebenzisa yiphi idivayisi noma isevisi ye-Google oyisebenzisayo, i-akhawunti yakho ikunikeza umuzwa ohambisana kahle ongawenza ube ngewakho uphinde uwuphathe noma kunini.

Iyakuvikela

I-Akhawunti yakho ye-Google ivikelwe ukuvikelwa okuholayo kumkhakha wezokuvukela okusiza ngokuzenzakalela ukuthola nokuvimbela izinsongo ngaphambi kokuthi zifinyelele kuwe.

Ilungele ukusiza

Ilungele ukusiza

Amasevisi e-Google, kusukela ku-Chrome ukuya ku-YouTube, asebenza kangcono futhi akusiza ukuthi wenze okuningi uma ungene ngemvume. I-akhawunti yakho ikunikeza ukufinyelela kuzici eziwusizo ezifana Nokugcwalisa ngokuzenzakalela, izincomo ezenziwe zaba ngezakho, nokuningi kakhulu — noma kunini kunoma iyiphi idivayisi.

Okwakho nje

Okwakho nje

I-Akhawunti yakho ye-Google yenza yonke isevisi oyisebenzisayo yenzelwe wena. Vele ungene ngemvume ku-akhawunti yakho ukuze ufinyelele kokuncamelayo, ubumfihlo kanye nezilawuli ezenziwe zaba ngezakho kusukela kunoma iyiphi idivayisi.

Igcina ulwazi lwakho luyimfihlo, luphephile, futhi luvikelekile

Igcina ulwazi lwakho luyimfihlo, luphephile, futhi luvikelekile

Ukuvikela lonke ulwazi oluku-Google Account yakho akukaze kwabaluleka kakhulu kunalokhu. Yingakho sakhe izivikelo ezinamandla kanye namathuluzi afana Nokuhlola Kokuvikela kanye Nomphathi Wephasiwedi Ye-Google kuyo yonke i-akhawunti.